African Storybook
Menu
UZama unguchwepheshe!
Zanele Ndlovu and Zanele Zuma
Vusi Malindi
isiZulu
Umnewethu uyephuza ukulala.

Mina ngivuka ekuseni kakhulu ngoba nginguchwepheshe!
Yimina engivula amafasitela ekuseni.
"Wena, uyinkanyezi yami yokusa," kusho umama.
Zonke izinsuku ngiyazigeza, angidingi ukusizwa.
Anginandaba nokugeza ngamanzi abandayo nensipho eluhlaza yokuwasha.
Umama uyangikhumbuza, "Ungakhohlwa ukuxubha amazinyo."

Ngiyamphendula, "Lutho, hhayi mina!"
Emva kokugeza, ngibingelela umkhulu nomalumekazi.

Ngibafisela usuku oluhle.
Emva kwalokho ngiyazigqokisa.

"Sengikhulile manje, mama," kusho mina.
Ngiyakwazi ukufasa izinkinobho nezicathulo.
Ngenza isiqiniseko sokuthi umnewethu uzazi zonke izindaba eziphathelene nesikole.
Ekilasini ngisebenza ngokuzikhandla.
Ngenza zonke lezi zinto ezinhle nsukuzonke.

Kodwa into engiyithanda kakhulu, ukudlala!
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
UZama unguchwepheshe!
Author - Michael Oguttu
Translation - Zanele Ndlovu and Zanele Zuma
Illustration - Vusi Malindi
Language - isiZulu
Level - First sentences
© Text: Uganda Community Libraries Association (Ugcla)  Artwork: African Storybook Initiative 2014
Creative Commons: Attribution 4.0
Source www.africanstorybook.org
Menu
  • Navigate

    Navigate through the story by swiping right or left or clicking when the cursors changes to an arrow on the right or the left edge of the screen.

    Tap or click on the centre of the page to see, or remove the menu bars at the top and the bottom of the screen. You can also use the ESC key.

    You can use the slider at the bottom as a way to move quickly through the story. On a mobile device tap on the slider before you drag the slider button.

    Click or tap to return to African Storybook.

  • Share
    If you have a Twitter or Facebook account, you can share this story on your page or a page you manage. You can also copy the web link (URL) for this story.
    • Twitter
    • Facebook
    • Url
  • Rate
    Other visitors rated this story

    Tell us how much you liked the story – drag the scroller to highlight one or more stars
    • Submit
  • Comment
    Read other people’s comments on the story, or add your own.
    • Enter your comment
    • Name
    • E-mail
    • Post
  • Translations and adaptations
    • Mooi so, Zama!
      Afrikaans (Translation)
    • ዛማ ጎበዝ ነች
      Amharic (Translation)
    • زاما المميز!
      Arabic (Translation)
    • Zama ndi wopambana!
      Chichewa (Translation)
    • Kwejani igamba
      ChiNambya (Translation)
    • Zama wapamwanya!
      Chinkhonde (Translation)
    • Zama ulicenjede
      ChiTonga (Translation)
    • Zama Mukali (CAPOLSA)
      ChiTonga (Translation)
    • Zama mphatali!
      Chitonga (Malawi) (Translation)
    • Zama Niwopambana
      CiNyanja (Adaptation)
    • Zama Niwopambana
      CiNyanja (Translation)
    • Zama ndi wamphamvu!
      CiNyanja (Translation)
    • Zama ngwapacanya
      Citumbuka (Translation)
    • A Zama ŵakupunda
      Ciyawo (Malawi) (Translation)
    • Mulupalli Zama
      Ellomwe (Malawi) (Translation)
    • Zama is great!
      English (Adaptation)
    • Zama is great! (Colour-in)
      English (Adaptation)
    • Zama est formidable!
      French (Translation)
    • Zama umwana musuma
      IciBemba (Adaptation)
    • Mpundu Uwacenjela
      IciBemba (Translation)
    • UZama ubalasele
      isiXhosa (Translation)
    • Zama wakosa!
      Kaonde (Translation)
    • Zamab ge a kai
      Khoekhoegowab (Translation)
    • Mutesi Intangarugero
      Kinyarwanda (Translation)
    • Dama ni mashuhuri!
      Kiswahili (Translation)
    • Mbwali mubitirivu!
      Lusoga (Translation)
    • Zama omunandjungu
      Oshikwanyama (Translation)
    • Zama omwa nawa
      Oshindonga (Translation)
    • Zama omusemba
      Otjiherero (Translation)
    • Ara Zama anitok!
      Otuho (Translation)
    • Ikuboi Agalîk ꞌdaŋ!
      Otuho (Translation)
    • Zama Ependa!
      Rukwangali (Translation)
    • Maleka ke sekgwari!
      Sepedi (Translation)
    • Nthabi o etsa hantle!
      Sesotho (Lesotho) (Translation)
    • Zama o etsa hantle
      Sesotho (South Africa) (Translation)
    • Zama o mogolo
      Setswana (Translation)
    • Zama ungumcemane!
      Siswati (Translation)
    • Nyamal ɛ ram mi di̱i̱t!
      Thok Nath (Nuer) (Translation)
    • Zama ndi ṅwana ṅwana!
      Tshivenḓa (Translation)
    • Zama u kahle!
      Xitsonga (Translation)
  • Download to read
    Landscape version
  • Download to print
    Portrait (booklet) version
  • Download EPUB