Ingadi esayishiya eCongo
Christelle X
Christelle X

Lendlu iseCongo.

Ngiyithanda kakhulu.

1

Sasinendlu encane okungeyethu.

Sinendlu yethu yokugeza.

2

Sasinengadi.

Ngangizitshalela mina mathupha engadini.

3

Umama wayethi, "Ngikufundisa ukutshala ngoba nomama wami wangifundisa."

4

Ngangitshala utamatisi nesipinashi.

Ngitshala mina mathupha.

5

Nganginikeza umama utamatisi bese ethi, "Ngiyabonga."

6

Asinayo ingadi lapha eNingizimu Afrika.

7

Sayishiya leyo ndlu.

8
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Ingadi esayishiya eCongo
Author - Christelle X
Translation - Zanele Zuma
Illustration - Christelle X
Language - isiZulu
Level - First sentences