Ngifunde isifundo
Ursula Nafula
Catherine Groenewald

Ugogo uyangithanda.

Ungitshele zonke izimfihlo, ngaphandle kweyodwa.

1

"Ngowani ubhasikidi namacembe na?"

Ugogo wathi, "Ngowomlingo."

2

Ngifuna ukubona. Kodwa ugogo ungithuma ukwenza okunye.

3

"Uphi?"

"Usendaweni yami yemilingo," kusho ugogo.

4

Ugogo ungithuma egumbini lakhe.

Ngihogela obhanana abavuthiwe.

5

Ngiyitholile indawo kagogo yemilingo.

Ngibone obhanana abavuthiwe.

6

Ngadla elilodwa.

Lalinoshukela ukudlula bonke obhanana engike ngabadla.

7

Ngathatha obhanana abane.

Ngabafihla ngaphansi kwengubo yami.

8

Ngosuka lwemakethe, ugogo uthatha ukudla ayokudayisa.

Ngaba namahloni.

9

Uma engibiza ntambama ngangazi ukuthi kungani.
Angiphindanga ngatshontsha.

10
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Ngifunde isifundo
Author - Ursula Nafula
Translation - Joyce Mthombeni
Illustration - Catherine Groenewald
Language - isiZulu
Level - First words