Kungani ingane ikhala?
Ngicabanga ukuthi ilambile.
Kungani umfana ephatheke kabi?
Ngicabanga ukuthi ukhumbula ubaba wakhe.
Kungani intombazane ijabule?
Unengubo entsha.
Kungani indoda endala ihleka?
Ufunda ihlaya elihlekisayo.
Kungani owesifazane emamatheka?
Abantwana bakhe bafunda ngokuthula.
Ngabe uzizwa kanjani lo wesifazane?
Ngicabanga ukuthi uzizwa enamahloni.