Ibhayisikili likaNamakuru
Munanga ASb teachers
Wiehan de Jager

UNamakuru nomfowabo sebelungele ukuya esikoleni.

1

UNamakuru ugibelisa umfowabo ebhayisikilini lakhe.

2

Abangani babo bayabahalalisela lapho bengena ngebhayisikili esikoleni.

3

Bathi besesendlini yokufundela, kwafika inkawu phandle. Inkawu igibela ibhayisikili likaNamakuru iyaphuma iyahamba.

4

Izingane ziyayijaha inkawu.

5

Inkawu ishiya ibhayisikili phansi kwesihlahla.

6

Inkawu iyahlamba iya phakathi nechibi. Inombela kudekude phezulu esihlahleni.

7

Inkawu iyabathathazela ngesandla sayo! Izingane nazo ziyathathaza. Selibuyile futhi ibhayisikili lika Namakuru.

8
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Ibhayisikili likaNamakuru
Author - Munanga ASb teachers
Translation - Margaret Nokuthula Zondi
Illustration - Wiehan de Jager
Language - isiZulu
Level - First paragraphs