Mina nomdeni wami
Waako Joshua
Wiehan de Jager

Mina nedayinasoli lami sibuka izinyoni esibhakabhakeni.

1

Mina nezinyoni zami sihlezi nemfene esihlahleni.

2

Mina nemfene yami sidlale nezindlulamithi eqgumeni.

3

Mina nezindlulamithi zami sakhele inkawu ibhola lobumba.

4

Mina nenkawu yami sidla obhanana nemfene uGolila zonke izinsuku.

5

Yonke indlela imfene yami nenkawu besaba uMnumzane Fudu.

6

Mina noMnumzane Fudu sihamba kancane kancane, siya ekhaya noNkosazana Nyoka.

7

Mina nomndeni wami wonke sihlala ngokukhulu ukujabula!

8
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Mina nomdeni wami
Author - Waako Joshua, Cornelius Gulere
Adaptation - African Storybook, Zimbili Dlamini
Illustration - Wiehan de Jager
Language - isiZulu
Level - First words