Ngosuku Lwami Lokuqala Emakethe
Timothy Kabare
Catherine Groenewald

Ngihlala kakuma dolobhana, indawo eshisayo kakhulu, eyomile, egcwele izihlahla ezinameva, nezimbuzi ngaphezu kwabantu. Ngisho indawo emakethe yethule, zimbalwa nje izitolo ezincane. Abantu abaningi basebenzisa amabhayisekili njengezokuthutha.

1

Ngolunye usuku ekuseni umama wangibizawathi "Etabo, namuhla uvula iminyaka eyisithupha ubudala sinesipho sakho." "Kwenzenjani? Kuyini?" Ngabuzangokulangazela. "Kusasa sizo hamba ngebhasi emakethe Eldoret," Waphendula: "Futhi sihamba nawe! Ngivakasha okokuqala kuleli dolobha! Ngangi jabule kangangokuthi Ngahluleka ukulala ngalobobusuku."

2

Ngakusasa ngesikhathi sime lapho kuma khoma ibhasi, ngemaphakathi kukamama nomamncane wami ngigcoke ibhokadi yami entsha yombala luhlaza nesikipa esingumbal obomvu. Ngazizwa ngimcane kakhulu phakathi kuka mama wami omude futhi emncane no anti wami okhuluphele.

3

Ibhasi laligcwele kakhulu, kwafuneka ngihlale phezulu kwethanga likamama. Ngikhathelwe ukushisa nenjabulo, ngilele indle yonkhe angibonanga lutho.

4

Ilanga laliphuma uma sifika eEldoretemakethe. Emnyango kwakunomfazi owaye ngumuntu wesifazane odayisa izinhlamvu. Laphaya ekhoneni kwakukhona amadoda amabili azilungiselela ukukhipa amazambane wabo amnandi. Laphaya kwenye ikhona kwakunowesifazane omfishane ephethe Ihelicopter ecwebezelayo ngombala luhlaza."Umama, umama, ubheken ihelicopter!" Kodwa wangidonsa.

5

Phakathe kwemakethe, kwakukhona isibaya esikhulu bathengisa izinhlobo ezahlukene zezithelo. Ezinye angikaze ngazibona phambilini. "Yini lezi zithelo?" Ngibuza umama: "Lezi amawolintshi, futhi lawa amaguava. Ngajika ngathi "lokhu?

6

Kuzozonke izithelo kwisibaya, Ngithande ama apula kakhulu. Ngangithanda isimo sawo nombala. Ngazibuza ukuthi anambitheka kanjani besengakangeni. Ngajikela kumama ngathi "ungangithengela elilodwa?"

7

Lapho nje wanginikela apula, ngayeka isandla sikamama, ngathatha lesithelo ngezandlazombili, futhi kancane singene inyama enamanzi. Ngangingakaze ngathanda isithelo ngendlela ingi thande lelo habhula konke bengi khathazeke ngako kwaku lihabhula lami.

8

Lapho ngi qeda leli-apula, ngabheka phezulu ukukhuluma nomama. Kodwa wayengekho! Ngabheka sibuya khona. Kodwa yena no anti babengekho lapho. Ngabheka ngasekodla nagasencele. Kodwa bebengekh ndawo ukubonakala. "Ubane umama wami" Ngibuza lezinkosikazi ezithengiza amazambane amnandi duzane. Azimbonanga. Ngacala ukukhala.

9

Ngokuhamba kwesikhathi, owesifazane wangibamba ngesandla futhi kwangiyisa endaweni lapho kwakukhona nezinye izingane. Indoda enkhulu ngesilevu esikhulu yangibuza, "ungubani igama lahko, mfana?" "E - ta - bo," ngiphendula ngehlengezela izinyembezi zami.

10

Ngazibuza ukuthi izingane ezilapho nazo ziyazithengiswa emakethe na? Ngayeka ukukhala ngabheka ukuba kukhona ozothenga lezingane. Maduzane kwafika unkisikazi ezothatha ingane. "Ngizolandela name bangithathe", ngicabanga "futhi ngeke ngiye ekhaya futhi" ngacala ukukhala futhi.

11

Lapho ngizwa khona lendoda yesilevu esikhula ithi "Uphi u Etabo?" Ngakhala kakhulu.." Kodwa angifuni ukuhamba nawe!" ngathula. Ngayibalekela.

12

Lapho umama no anti wamibezwa igama lami bajimela ekamelweni. "Etabo, Etabo!" Izwi engilijwayele libiza. Kwakungumama wami.

13

Njengoba ngisukuma ukuyobambambelela kumama. U-anti wami wathi Etabo besikufuna sifuna ukukunika isipho sakho. Esikhwameni esikhulu, wakhipha ihelicopter eqwebezelayo yombala blue "ngeyakho!" esho.

14
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
Ngosuku Lwami Lokuqala Emakethe
Author - Timothy Kabare, Ursula Nafula
Translation - Noushreen-Az-Zhara Thabit
Illustration - Catherine Groenewald
Language - isiZulu
Level - Longer paragraphs