U Jaaka Umdobi
Tom Sabwa
Zablon Alex Nguku

Lona ngu Jaaka u Mdobi ovela eNaminya.

1

UDoba emfuleni iNile.

2

Unesikebhe, isisefo Sokudoba kanye nodobo.

3

Uvuka ekuseni njalo ukuze abambe uhlobo olukhethekile lwenhlanzi yaseNile.

4

Ngehora leshumi ekuseni, uthengisa izinhlanzi azibambile phakathi nedolobha iJinja.

5

Jaaka kwanzenjani? Awuyenzanga inzuzo? Udumele kakhuku uJaaka.

6

"Namhlanje isimo besijabhisa. Umoya womfula iNile awuvumanga ukuthi ngidobe. Enye inhlanzi imuke nodobo lwami."

7

"Kodwa nginethemba lokuthi kusasa kuzobangcono, ngoba ngithenge udobo olusha."

8
You are free to download, copy, translate or adapt this story and use the illustrations as long as you attribute in the following way:
U Jaaka Umdobi
Author - Tom Sabwa, Children’s Development Center at Masese
Translation - Esti Groenewald
Illustration - Zablon Alex Nguku
Language - isiZulu
Level - First sentences