Kwasuka sukela kwakukhona u jakalasi owayelambile. Waye hamba ehlathini efunana nokudla.
Wase uhlangana nesihlahla esasiphethe imvini ehlaza. Wase uyazibona lezo mvini ezazilengeleya esihlahleni.
"zibukeka zimnandi," wakhuluma yedwa. Wase ubuyela emuva kancane, ukuze akwazi ukuzifikelela.
Izimvini zazi phezulu. Ujakalasi wase uyawa wawela phezu komhlane wakhe engazitholanga izimvini.
Ujakalasi wase uyasukuma ubuyela emuva kunalapha wayeme khna. Kulesi sikathi waye hlose ukugcumela phezulu. Cishe wafika phezulu kepha wase uyawangamandla mashaya phansi.
Wazama wazama, kodwa wayengafikeleli kulezo zimvini. Waqhubeka ehluleka, umgogodla wakhe wase ubuhlungu kakhulu.
Ekugcineni, wase ulahla ithawela futhi wahamba.
U jakalasi wayenga jabulanga neze. Wema, wabuka emuva kulezo mvini waqhabanga, "lezo mvini ezingavuthwanga ezihlaza."wakhala wase uyahamba. Futhi waye lambe ukudlula.