

Ngelinye ilanga uFudu abehamba ehlathini. Abe hamba ebuka ebuka. Ubukela ebangeni udlulisa amehlo akhe etshanini. Wabese udlula uMnenke.
"Ingabe kukhona okufunayo?" kubuza uMnenke. "Yebo, Mnenke, kukhona engikufunayo, indlu yami. Ingabe uyibonile yini ngethutshana?"
UMnenke wathi: "Cha, angikaze, kodwa ngizokusiza ukucinga!" Wagibela ngaphezulu kweGogogo laka Fudu. UFudu wahamba eno Mnenke ngemuva kwakhe. Bacinga bacinga, kodwa bekuze uphawu lwendlu. Ilanga beliphezulu esibhakabhakeni.
Ngemuva kwesikhashana nje badlula iNyoni."Ingabe kukhona okufunayo?" kubuza iNyoni. "Yebo Nyoni, Ngifunana nendlu yam. Awuyibonanga yini, ngethutshana nje?" iNyoni yathi: "Cha, angikaze, kodwa ngizokusiza ukucinga!"
Walungisa izimpiko zakhe waphapha wahamba. "Kodwa uhamba kakhulu kunami, "Kubalisa uFudu. INyoni yabuya futhi."Hhayi ke, ngizozuphazupha ngazo zozimbili."
UFudu wacqhubeka, eno Mnenke no Nyoni beminyeni eGogogweni lakhe. Bcinga bacinga, kodwa bekuze uphawu lwendlu. Ilanga beselehlile esibhakabhakeni.
Ngemuva kwesikhashana nje badlula uNyoni onsikazi. "Ingabe kukhona okufunayo?" kubuza uNyoni onsikazi. "Yebo, Nyoni onsikazi, Ngicinga indlu yami. Ingabe uyibonile, ngethutshana nje?"
UNyoni onsikazi wathi: "Cha, angikaze, kodwa ngizokusiza ukucinga!" Wazubela emgogodla waka Fudu, waqhubeka uFudu, eno Mnnke, uNyoni, n Nyoni onsikazi emgogodla wakhe. Beacinga bacinga, kodwa bekuze uphawu lwendlu. UMoya waqala ukuphuphutha.
Ngemuva kwesikhathi bedlula uGundwane. Abe enza umchele ngezimbali. "Ingabe kukhona enikucingayo?" kubuza uGundwane. "Yebo, Gundwane, Ngicingana nendlu yami. Awuyibonanga nje, ngethutshana?"
UGundwane wathi: "Cha angiyibonanga, kodwa ngizokusiza ukuyicinga!" Wazupha ngaphezulu komgogodla waka Fudu. 'Yima, angeke ngikhone ukushiya izimbali zami emuva."uFudu wema. UGundwane wazinweba wathatha izimbali zakhe."
UFudu waqhubeka wahamba, eno Mnenke, uNyoni, uNyoni onsikazi kanye noGundwane emgogodla wakhe. Bacinga bacinga, kodwa bekuze uphawu lwendlu. Umoya wakhukhula amacembe phansi, wabazungelezisa ezinyaweni zika Fudu. UFudu wakhathala. "Nonke niyasinda, "Wakhokha umoya.
UMoya washo uza ngamandla. Isibhakabhaka saguquka saba mnyama. Hhawu, iphi indlu yami?" kubuza uFuda. Ukuduma kuzwakala emadongeni. Umbani ushayela ekudeni. Nto- Nto yeza imvula. "Hhawu, iphi indlu ka Fudu?" kubuza uMnenke, uNyoni, uNyono Onsikazi kanye noGundwane."
UMoya washaya wakhukhula. Wakhukhula uMnenke, uNyoni, uNyoni onsikazi kanye noGundwane ebesusa emgogodla waka Fudu.
Yeza imvula enkulu, Nto-nto-nto. UFudu waba nokuthuka wazishobeza eGogogweni lakhe. Bekufudumala futhi kuethezekile. "Hhooo, nantsi indlu yami!"
"Hhooo, nantsi indlu ka Fudu!"


